Browse Results

Showing 26 through 50 of 176 results

AWUWELWA UMNGENI!: UBC Uncontracted

by Mlindeli Gcumisa

Lona ngumdlalo onkundlankundla. Udingida udaba lwemibango yemingcele nezinxushunxushu ezazidalwa nguHulumeni wakudala owayelokhu esika izwe labantu abamnyama egudluza imingcele enzela abelungu bamapulazi. Umlingiswa oqavile kule ndaba inkosi uSalimani wawalwela amalungelo omhlaba wabantu ayebahola kwaze kwayiswana ezinkantolo. Lokhu kwaba emuva kwemihlangano eminingi phakathi kwakhe noHulumeni nabelungu bamapulazi kanye nabantu bakhe, ekhuthaza ukuba lulungiswe ngokuthula udaba lokusikwa komhlaba wakhe nabantu bakhe. Abantu bakhe bama naye kwaze kwaba sekugcineni. Ngaphandle kwempi yakwaVimbingwenya udaba lwaze lwaxazululeka enkantolo yamajaji eMgungundlovu lapho lamthetha khona uSalimani icala ngaphandle kokuchitheka kwegazi okubabazekayo.

Usumenyezelwe-ke Umcebo IsiZulu Novel Eyezikole: UBC uncontracted

by M. J. Mngadi

UNomvula ongumsebenzi wasemajalidini, uwina imali engaphezu kwezigidi ezimbili zamarandi emjahweni wamahhashi. Lokhu kungukuqala kwezinkinga empilweni yakhe. Le noveli iqokelwe ukufundwa ebangeni leshumi nambili. Kukhona izibonelo zemibuzo nezimpendulo.

Usumenyezelwe-ke Umcebo IsiZulu Novel Eyezikole: UBC contracted

by M. J. Mngadi

UNomvula ongumsebenzi wasemajalidini, uwina imali engaphezu kwezigidi ezimbili zamarandi emjahweni wamahhashi. Lokhu kungukuqala kwezinkinga empilweni yakhe. Le noveli iqokelwe ukufundwa ebangeni leshumi nambili. Kukhona izibonelo zemibuzo nezimpendulo.

Izinkwazi ZoThukela IsiZulu Poetry Anthology: UBC contracted

by Londi P. M. Makhanya

Leli yiqoqo lezinkondlo eziqokelwe ukufundwa ebangeni le-12. Ingxenye yokuqala inezinkondlo eziqokelwe isiZulu uLimi lwaseKhaya. Ingxenye yesibili inezinkondlo eziqokelwe isiZulu uLimi lokuQala olweNgeziwe.

Izinkwazi ZoThukela IsiZulu Poetry Anthology: UBC uncontracted

by Londi P. M. Makhanya

Leli yiqoqo lezinkondlo eziqokelwe ukufundwa ebangeni le-12. Ingxenye yokuqala inezinkondlo eziqokelwe isiZulu uLimi lwaseKhaya. Ingxenye yesibili inezinkondlo eziqokelwe isiZulu uLimi lokuQala olweNgeziwe.

Kudela Owaziyo: UBC uncontracted

by B. P. Maphumulo

Zulu Novel

Kudela Owaziyo: UBC contracted

by B. P. Maphumulo

Zulu Novel

NELSO MANDELA Indlela Ende eya Empumelelweni

by Ifinyezwe nguCHRIS VAN WYK Imidwebo NguPADDY Bouma

“MAKUBUSE INKULULEKO” Funda nansi indaba emangazayo yeqhawe lesikhathi samanje uzitholele ukuthi umfana omncane uyise amqamba igama wathi “unkathazo" wakhula kanjani walwa nobandlululo, waba ngumongameli wokuqala omnyama futhi wakhankasela inkululeko kanye nobulungiswa emhlabeni wonke.

Ubambo: UBC Uncontracted

by V. Ndlovu

Zulu Novel

Ubambo: UBC Contracted

by V. Ndlovu

Zulu Novel

Izigigaba zenkomo yezimanga

by Danielle Bruckert

Isizulu – First words

IsiZulu Soqobo Incwadi Yomfundi Ibanga 11 Contracted: UBC Contracted

by A. B. Mahlangu N. F. Mbhele S. E. Zulu

Lezi yizincwadi ezihlelelwe ukufundisa ulimi lwesiZulu emaBangeni 10-12 (Grade 10-12). Lezi zincwadi zibhalwe ngendlela yokulandela uhlelo lwemfundo yeNqubomgomo yesiTatimende soHlelo nokuHlola (NquTaHleHlo) (iCurriculum and Assessment Policy Statement – CAPS). Kulolu chungechunge lwezincwadi kukhona Incwadi KaThisha (Teacher's Guide) neNcwadi Yomfundi (Learner's Book). Indlela yokufundisa etholakala kule ncwadi yakhelwe esisekelweni sokwazi nokuqonda ukuthi kufundiswa kanjani. Ukulalela Imisebenzi yokulalela mihle futhi izithinta zonke izinhlobo ezahlukene zokulalela ezifana nokulalelela ulwazi oluthile, ukulalelela ukuncoma, ukulalelela ukuhlaziya okunzulu nokuhluza. Izakhiwo Nezimiso Zolimi Izakhiwo Nezimiso Zolimi zifundiswa futhi zihlolwe ngokuqukethwe endabeni. Ukubhala Izinhlobonhlobo zemibhalo emide nemifishane zikhona kule ncwadi futhi abafundi banikezwa izibonelo ngaphambi kokuba bazibhale. Ikomidi Labacwaningi lika-2012

IsiZulu Soqobo Incwadi Yomfundi Ibanga 11 Uncontracted: UBC Uncontracted

Mkabayi kaJama

by Zwelibanzi KaMagendane Sibiya

The Zulu nation is renowned all over the world. In the modern world, the Zulu nation has become synonymous with the name Shaka. But who was Shaka? And was he the only one who influenced the shaping of the Zulu nation? One strong woman, Mkabayi, the daughter of Jama, was also instrumental in shaping the history of the Zulu nation. This is a historical play, a recollection of historical events through the eyes of an influentially powerful woman. A curse by birth, she became a blessing as she matured. The play is not just a celebration of Mkabayi’s life but also a story about womanhood, love, life, pain, joy, power and nationalism.

Babekwenza Kanjalo kanye Indlela okwenziwa ngayo namuhla

by Connie Septembe and Ruth Pressler

isiZulu Ulwimi Lwasekhaya Ibanga 6

Inkanyezi Incwadi Yokufunda Inamathekisthi ahlukene IBanga 6: UBC contracted

by T. Dube H. Khuzwayo N. Khuzwayo E. Mkhize N. Ngobese Z. Radebe

This IsiZulu HL Home Language Reader is CAPS Approved and one of many titles available in the OXFORD INKANYEZI series.

Inkanyezi Incwadi Yokufunda Inamathekisthi ahlukene IBanga 6: UBC uncontracted

by T. Dube H. Khuzwayo N. Khuzwayo E. Mkhize N. Ngobese Z. Radebe

This IsiZulu HL Home Language Reader is CAPS Approved and one of many titles available in the OXFORD INKANYEZI series.

Isisekelo Solimi Incwadi Yomfundi 11: UBC Contracted

by N Y Phakathi Z E Sithole J N Mzizi L Q Khumalo N J Zondi

• I-CAPS engungqaphambili ididiyelwe yabhalwa ngababhali abawongoti. • Imifanekiso nemisebenzi engungqaphambili ukwenza ngcono imiphumela yabafundi kanye nokubakhuthaza. • Ungqaphambili wezinsiza zikathisha ezonga isikhathi, ukwenza lula ukufundisa zihambisana namakhasi okusebenzela ongawafothokhopha. • Ikhwalithi engungqaphambili = Ukuhlolwa okuyimpumelelo.

Isisekelo Solimi Incwadi Yomfundi 11: UBC Uncontracted

by N Y Phakathi Z E Sithole J N Mzizi L Q Khumalo N J Zondi

• I-CAPS engungqaphambili ididiyelwe yabhalwa ngababhali abawongoti. • Imifanekiso nemisebenzi engungqaphambili ukwenza ngcono imiphumela yabafundi kanye nokubakhuthaza. • Ungqaphambili wezinsiza zikathisha ezonga isikhathi, ukwenza lula ukufundisa zihambisana namakhasi okusebenzela ongawafothokhopha. • Ikhwalithi engungqaphambili = Ukuhlolwa okuyimpumelelo.

Ozekamanzi abaluhlaza okwesibhakabhaka kanye okudukisa abafundi endabeni

by Margaret Long and Linda Michell

isiZulu Ulwimi Lwasekhaya Ibanga 6

Ubuwena obuphilile! kanye Imidlalo yamavidiyo: Imnadi noma yimbi?

by Margot Long andLinda Michell

IsiZulu Ulimi Lwasekhaya Ibanga 6

Inja encane

by Val Morris TRANSLATED BY Zimbili Dlamini

Isizulu – First sentences

IsiZulu Soqobo Incwadi Yokufunda Ibanga 8 Contracted: UBC Contracted

by Nonkululeko Keswa Themba Qwabe

Izincwadi zeSIZULU SOQOBO yizincwadi eziluchungechunge ezihlelelwe IsiZulu Ulimi lwaseKhaya. Zisukela ebangeni lokuqala kuya kwele-12. Lezi zincwadi zihlelwe zabhalwa kabusha ngohlelo lokufunda lwe-CAPS Isitatimende SeNqubomgomo yoHlelo LweziFundo nokuHlola (NquTaHleHlo). Emazingeni aphakeme eBangeni lesi-7 kuya kwelesi-9 kukhona lezi zincwadi: • Incwadi Yomfundi • Incwadi Kathisha • Incwadi Yokufunda

IsiZulu Soqobo Incwadi Yokufunda Ibanga 8 Uncontracted: UBC Uncontracted

by Nonkululeko Keswa Themba Qwabe

Izincwadi zeSIZULU SOQOBO yizincwadi eziluchungechunge ezihlelelwe IsiZulu Ulimi lwaseKhaya. Zisukela ebangeni lokuqala kuya kwele-12. Lezi zincwadi zihlelwe zabhalwa kabusha ngohlelo lokufunda lwe-CAPS Isitatimende SeNqubomgomo yoHlelo LweziFundo nokuHlola (NquTaHleHlo). Emazingeni aphakeme eBangeni lesi-7 kuya kwelesi-9 kukhona lezi zincwadi: • Incwadi Yomfundi • Incwadi Kathisha • Incwadi Yokufunda

IsiZulu Soqobo Incwadi Yokufunda Ibanga 9: UBC Contracted

by Nonkululeko Keswa Themba Qwabe Njabulo Madlala

Izincwadi zeSIZULU SOQOBO yizincwadi eziluchungechunge ezihlelelwe IsiZulu Ulimi lwaseKhaya (Home Language). Zisukela ebangeni lokuqala kuya kwele-12 (Grade 1-12). Lezi zincwadi zihlelwe zabhalwa kabusha ngohlelo lokufunda lwe-CAPS (Curriculum and Assessment Policy Statement) Isitatimende SeNqubomgomo yoHlelo LweziFundo nokuHlola (NquTaHleHlo). Emazingeni aphakeme (SeniorPhase) eBangeni lesi-7 kuya kwelesi-9 (Grade 7-9) kukhona lezi zincwadi: • Incwadi Yomfundi (Learner Book) • Incwadi Kathisha (Teacher Guide) • Incwadi Yokufunda (Reader)

Refine Search

Showing 26 through 50 of 176 results