- Table View
- List View
Ikati, inja novemvane
by Elke and René Leisink – TRANSLATED BY Pumla MdontswaIsizulu – First Paragraphs
Ikhaya lezilwane elikhethekile
by Ursula Nafula and Nina Orange — Adaptation by Pumla Mdontswa and Zanele ZumaisiZulu — First sentences
Imali Yezipoki
by Sandile NgwenyaLena yindaba kaSgegede omkhulu wakhe wayengcwatshwe nezindathane zemali, ohlolelwa yinyanga aphinde aphuphe uyisemkhulu uMuzikayifani emnikeza umcebo. Ugubha lo mcebo wemali yakudala ethuneni elisendlini yezinja epulazini asebenza kulo nalapho uyisemkhulu ayesebenza khona. Ngosizo lomngani onguchwepheshe wezamakhompiyutha uyaphumelela ukuyishintsha le mali eGoli. Ukuqubuka esikhaleni kwakhe nomuzi wakubo obudla imbuya ngothi, kudonsa amehlo, kuvuse nomona ongayiwa. Unembeza uyamudla uSgegede. Izimbangi zakhe ngalo mcebo zilahlisa ithemba ngekusasa eliqhakazile. Inyanga enolwazi ngalo mcebo, abantu abangaziwa ngisho namaphoyisa imbala awufuna ngamehlo abomvu lo mcebo. Ingabe iyozala nkomoni...
Imfihlo yaseMapungubwe kanye nezinye izindaba
by Barbara Herbert Bob Herbert and Ruth PresslerIsiZulu Ulimi Lwasekhaya Ibanga 6
Imibala Yothando
by Dumisani HlatswayoUBhejasi Khoza aphume ngesango lesikole ekhabuzela. Ngemuva ulandelwa yisixongololo sabafana bezikhothane abazibiza, ngamaDiamonds. Baphikelele kudekude eJabulani Mall nokuyilapho bayoqhudelana khona nelinye iqembu lezikhothane, amaBlingstas. Selokhu kwathi nhlo uSinenhlanhla akakaze ezwe ngomqhudelwano wokukhothana. “Sne, kufanele nathi sihambe siyobona laba bafana bezikhothane ukuthi bakhothana kanjani.” Kuhlongoze umngani kaSinenhlanhla, uThando Mabhena. Kusuke isidumo lapho sekuqhudelwana. Kuthelwane ngawe jusi kanti futhi kuphonswane nangawe khekhe. Kuthe lapho uBhejasi esebona nobuso obuhle bukaSinenhlanhla esixukwini sababukele, abe nomunye umfutho nje. Phela ukuthi uyazifela ngoSinenhlanhla kuyobe kungukwengula phezulu nje: uyomthanda iShayina ize ihlangane ne-Afrika, kanti nemifula ize yeqe ngale kwezintaba! Yize noma kuthiwa ayikho intombazane engala uBhejasi bese kugcine yona, kwangathi lapha kuntombi kaNjilo kuthanda ukuba ngumqansa. Yingoba uSinenhlanhla akayena uthathekile njengamanye amantombazane aseSoweto. Usebenza ngokuzikhandla esikoleni kanti futhi uzimisele nokuphumelelisa amaphupho akhe. Ngisho kwabukhazikhazi nobulengalenga bukaBhejasi abusho lutho nje lapha kuye. Kazi iyozala nkomoni!
Imibala eyisikhombisa yothingo lwenkosazana
by Caren Echesa – TRANSLATED BY Pumla MdontswaIsizulu – First words
Imifino iwukudla okuhle kakhulu kithina
by Busile Ndlovu – TRANSLATED BY Busile Cynthia NdlovuIsizulu – First Paragraphs
Imizwa
by Clare Verbeek,Thembani Dladla and Zanele Buthelezi – TRANSLATED BY Doris DingisoIsizulu – First words
Impicabadala: UBC uncontracted (Isizulu Ser.)
by DlaminiUkwehlukana kwabazali akuvamisanga ukuba nomthelela omuhle ikakhulukazi ezinganeni. Izingane ziphenduka ozulane, futhi zingazi nokuthi ziyokwamukeleka yini yilowo mzali omusha osengene empilweni yomunye wabazali bazo. Divorce has adverse effects on the children of the divorced couple. It becomes even worse when the said parents remarry.
Indaba exoxwa nguMlilo
by Deborah Namugosa Beatres Nabune Alison Tukei and Rose Sabano — Translated by Zanele Ndlovu and Zanele ZumaisiZulu — First sentences
Indawo enginikeza intokozo
by Summayya Muamba – TRANSLATED BY Zanele ZumaIsizulu – First Paragraphs
Indlovu eyayithanda izinto
by Judith Baker and Lorato Trok — Zimbili DlaminiisiZulu — First sentences
Indlovukazi eyayihlakaniphile
by Tshedza Tlhako – TRANSLATED BY Zanele ZumaIsizulu – First Paragraphs
Indoda ende elingana nendlulamithi
by Corneliuns Gulere — Transleted by Swarathe ViolinisiZulu — First sentences
Ingane kaKumbana
by Ingrid Schechter TRANSLATED BY Umlazi Intermediate TeachersIsizulu – First sentences
Ingozi
by Clare Verbeek Thembani Dladla and Zanele Buthelezi Thembani Dladla and Zanele Buthelezi TRANSLATED BY Clare VerbeekIsizulu – First words
Inkanyezi Incwadi Yokufunda Inamathekisthi ahlukene IBanga 6: UBC contracted
by T. Dube H. Khuzwayo N. Khuzwayo E. Mkhize N. Ngobese Z. RadebeThis IsiZulu HL Home Language Reader is CAPS Approved and one of many titles available in the OXFORD INKANYEZI series.
Inkanyezi Incwadi Yokufunda Inamathekisthi ahlukene IBanga 6: UBC uncontracted
by T. Dube H. Khuzwayo N. Khuzwayo E. Mkhize N. Ngobese Z. RadebeThis IsiZulu HL Home Language Reader is CAPS Approved and one of many titles available in the OXFORD INKANYEZI series.