Browse Results

Showing 1 through 25 of 176 results

Ukufa KukaShaka

by E Zondi

Ukufa KukaShaka ngumdlalo osikhanyisela ngembangela, ukungaboni ngaso linye kanye nokuhlelwa kokubulawa kukaShaka. Iphupho leLembe uShaka lokwakha isiZwe esikhulu samaZulu libonakala liphelela ezeni njengoba uShaka ekhothama ngenxa yabafowabo. Lo mdlalo ukhethwe nguMnyango wezeMfundo yamaBanga aphansi njengencwadi ekulungele ukufundwa ebangeni le-10. Ibhalwe yalandela imigomo yesiTatimende soHlelo IweziFundo lukaZwelonke (uTahfuzwe) ebangeni le-10 (ulimi Iwasekhaya)

Impicabadala: UBC uncontracted (Isizulu Ser.)

by Dlamini

Ukwehlukana kwabazali akuvamisanga ukuba nomthelela omuhle ikakhulukazi ezinganeni. Izingane ziphenduka ozulane, futhi zingazi nokuthi ziyokwamukeleka yini yilowo mzali omusha osengene empilweni yomunye wabazali bazo. Divorce has adverse effects on the children of the divorced couple. It becomes even worse when the said parents remarry.

Asambe

by Carole Bloch – TRANSLATED BY Silindile Dube

Isizulu – First words

Zincane izimpahla zami

by Media Matters TRANSLATED BY Nolitha Bikitsha

Isizulu – First sentences

Amalungelo: UBC Uncontracted

by M O Mbatha

Zulu Short Stories

Amalungelo: UBC Contracted

by M O Mbatha

Zulu Short Stories

Bengithi Lizokuna Inoveli yesiZulu Ibhalwe ngu: UBC contracted

by Nakanjani G. Sibiya

Zulu Novel

Bengithi Lizokuna Inoveli yesiZulu Ibhalwe ngu: UBC uncontracted

by Nkanjani G. Sibiya

Zulu Novel

Umshado: UBC contracted

by Nelisiwe Zulu

Zulu Novel

Umshado: UBC uncontracted

by Nelisiwe Zulu

Zulu Novel

Imizwa

by Clare Verbeek,Thembani Dladla and Zanele Buthelezi – TRANSLATED BY Doris Dingiso

Isizulu – First words

Inyanga nekepisi

by Noni TRANSLATED BY Zimbili Dlamini

Isizulu – First words

Isiko Nelungelo: UBC Contracted

by Nelisiwe Zulu

Isiko nelungelo – incwadi ewumdlalo ebhalwe nguNelisiwe Zulu. Umdlalo ogqamisa isiko kanye nelungelo. Abadlali abasemdlalweni babonakala ngokuthi balandele okukodwa kulokhu okugqanyisiwe. Lapha kudidiyelwe impilo yesikhathi sakudala kusabusa kukhonjwa ngophakathi kanye nesempilo yanamuhla lapho abantu sebebuswa amalungelo nonembeza. Umdlalo ogabe ngobummeleli, obumbangi nobelekeleli. Zifundele wona ukusukela esingenisweni uze ufinyelele esiqongweni sawo. Zikhethele mfundi ukuthi wena uhambisana nesiko noma ilungelo. Funda lo mdlalo ngesineke mfundi.

Isiko Nelungelo: UBC Uncontracted

IsiZulu Soqobo Incwadi Yomfundi Ibanga 10 Contracted: UBC Contracted

by A B Mahlangu N F Mbhele S E Zulu

Lezi yizincwadi ezihlelelwe ukufundisa ulimi lwesiZulu emaBangeni 10-12 (Grade 10-12). Lezi zincwadi zibhalwe ngendlela yokulandela uhlelo lwemfundo yeNqubomgomo yesiTatimende soHlelo nokuHlola (NquTaHleHlo) (iCurriculum and Assessment Policy Statement – CAPS). Kulolu chungechunge lwezincwadi kukhona Incwadi KaThisha (Teacher Guide) neNcwadi Yomfundi (Learner Book).

IsiZulu Soqobo Incwadi Yomfundi Ibanga 10 Uncontracted: UBC Uncontracted

by A B Mahlangu N F Mbhele S E Zulu

Lezi yizincwadi ezihlelelwe ukufundisa ulimi lwesiZulu emaBangeni 10-12 (Grade 10-12). Lezi zincwadi zibhalwe ngendlela yokulandela uhlelo lwemfundo yeNqubomgomo yesiTatimende soHlelo nokuHlola (NquTaHleHlo) (iCurriculum and Assessment Policy Statement – CAPS). Kulolu chungechunge lwezincwadi kukhona Incwadi KaThisha (Teacher Guide) neNcwadi Yomfundi (Learner Book).

Izincwadi

by Clare Verbeek,Thembani Dladla and Zanele Buthelezi

Isizulu – First words

Ukubala

by Clare Verbeek Thembani Dladla and Zanele Buthelezi

IsiZulu — First Words

Ukudla kwasekuseni

by Clare Verbeek,Thembani Dladla and Zanele Buthelezi

Isizulu – First words

Amahlokohloko Izinkondlo ZesiZulu: UBC Contracted

by E J Mhlanga J J Thwala

Amahlokohloko – Yiqoqo lezinkondlo zekhethelo elihlelwe yizingwazi zolimi o – E. J. Mhlanga no Dkt. J. J. Thwala. Lihlelelwe ibanga leshumi nambili. Yiqoqo elidla imihlanganiso ngalezizathu ezilandelayo: – Liqukethe izinkondlo zolimi lwasekhaya nezolimi lokwengeza. – Lithinta izingqikithi ezahlukeneyo: ezemfundo, ezothando, ezemvelo nezinye. – Liqukethe impilomlando yezimbongi, incazelo yamagama ajiyile nokuhluzwa kwezinkondlo ezithile. – Imibuzo yohlolo ihlelwe kwalandelwa isitatimende sikazwelonke. Yiqoqo elilungele amabanga emfundo nokuqeqesha okuqhubekayo nawaphakeme.

Amahlokohloko Izinkondlo ZesiZulu: UBC Uncontracted

AWUWELWA UMNGENI!: UBC Contracted

by Mlindeli Gcumisa

Lona ngumdlalo onkundlankundla. Udingida udaba lwemibango yemingcele nezinxushunxushu ezazidalwa nguHulumeni wakudala owayelokhu esika izwe labantu abamnyama egudluza imingcele enzela abelungu bamapulazi. Umlingiswa oqavile kule ndaba inkosi uSalimani wawalwela amalungelo omhlaba wabantu ayebahola kwaze kwayiswana ezinkantolo. Lokhu kwaba emuva kwemihlangano eminingi phakathi kwakhe noHulumeni nabelungu bamapulazi kanye nabantu bakhe, ekhuthaza ukuba lulungiswe ngokuthula udaba lokusikwa komhlaba wakhe nabantu bakhe. Abantu bakhe bama naye kwaze kwaba sekugcineni.

Refine Search

Showing 1 through 25 of 176 results